πŸ’›

izithakazelo

Tag: vijloen Page 2 of 3

Izithakazelo zakwaMlungwana

Mlungwana manqwala, Maqiqilili, Msabela, Magonyama, Maswela, itombi enebele elide eliwela ngalena kwezithaba

Mlungwana Clan Names

Mlungwana, Gubanca, Bala le nkomo, Nxurhebe, Nako-nako nox’ engenzanga nto, Mchebe, Bhalani, Bhalela esendeni ngenxa yokwenqena idesika, Tshutsha.

Izithakazelo Zakwa Ngiba Clan Names Umlando

Ngiba,
Mabhodla,
Mlungwana,
Mbonambi,
Maphalala,
Mananga,
Mahlaba,
Mbuyazi,
Mshimshazi,
Dlomoshe omnyama owavela kwasoshangane kwabaleka abantu,
Madipha,
Zikhungwini,
Sidlayiya ngendwandwe,
Mahlafuna ahlanze njengomntwana,
Mabhodla maphimise,
Khwifa mancinde abanye,
Gqibigqaba kwezinde nezimfishane,
Mahlaba aluphendule,
Mboqoza uzogwaza inyamazane,
Mabuya nomuntu abuye nenkunzi,
Ndunakazi,
Bayede,
Wena owadidizisa uZulu wathi bewungapha kanti ungapha,
Wezwaka ethi Ngiba sathe,
Ngiba sathe,
Akuvumi,
Wena owabamba impi uhleka,
Wena ositha kasikho !

Mlungwana Clan Names, Meaning, Origin & History

Ngqoza kanomakhwela Wena owakhwela intamba ugijima

Page 2 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén