πŸ’›

izithakazelo

Tag: vlei

Abakwa Mtshali

Abantu bakwa Mtshali batholakala eNtabankulu noma nje manje sebasabalele izwe lonke. U Mtshali uthathelwa ekutshaleni. ake sibalamanise:

  • Mabhedla
  • Mlambo no Mtshali
  • Mkhathini/Jiyane
  • Mkhabisanyathi-Magolwane
  • Khondlo
  • Hlangabeza no Hlabangani
  • Magalela
  • Mantshinga
  • Nsele
  • Mduna
  • Shishi
  • Mandeku
  • Vezi
  • Mdineka
  • Nhlabathi
  • Manzi
    e Zimbabwe babizwa ngo Hlabangane

Mlambo Clan Izithakazelo & History

Izithakazelo zakwa-Mlambo

Mdineka,
Sishange, Maphisa,
Gubhuza, Ndlanzi,
Mlambo omkhulu ongawelwa ‘muntu,
Chibi!

Izithakazelo zakwa Chibi Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Chibi 😍 Chibi Clan Names

  • Chibi,
  • Tibane,
  • Mlambo,
  • Mful’omkhulu ongawelwa muntu,
  • Uwelwa zinkonjane kuphela,zona ezinamaphiko! ?

Page 8 of 8

Β© 2026