9 thoughts on “Mlambo Clan Izithakazelo & History”

  1. Mlambo sishange SikaMabhedla
    UMabhedla ese ndlovana
    Mabhedla obaba njengojobe kwaMahaqwabezi
    Nina BakwaPhisa ongaphiswa lutho ophiswa ulaka
    Sithole sasekhaya mandeku! Shango!
    Nina BakwaVezi ozivezayo
    Mdineka ! Nhlabathi ! Manzi!
    Nina bakanobanda ngimsasane
    Isihlahl' esiband' amagwala
    Nina bakantshika ntshika
    Entshikeze phansi KweSandlane enabonwa abazingeli BakwaMfekana
    Nina bako makhokhoba ngenkom' iye mhlangeni
    Mlambo omkhulu ongawelwa muntu uwelwa zinkonjane zona' enizi nezimpiko
    Wena owabulalumuntu engenacala ngobengeyona inhlambi

    Sishangi,ndwandwe,nkwali,gasa,mthimkhulu zwide kalanga weno wagwinya ogodo olubanzi
    Nina basemachibini mlambo

    Reply

Leave a Comment