If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Tag: vumbeke
Vumbeke Clan Names, Meaning & History.
Vumbeke surname info is currently not listed.
- Ntamonde ka Msuthu,
- Mzingwe,
- Nyawo ezimhlophe ezingemansense zobe zinamansense zobe zifuze ekhay’konina,
- Mngongolozi,
- Dunywa,
- Lwandle kaluwelwa yithi kodwa zinkonjane zona ezindizela phezulu,
- Wena owaphekwa netshe kwavuthwa itshe kuqala wasala wena,
- Wena oka Data noKlamu, no Lula, ka Dozen.
- Nqoko ka Gcaleka ka Phalo ka Tshiwo ka Tshawe ka Mnguni Mklenyane,
- Msuthu!
Leave a Reply