Nhlangulela, gagase, mdzepha, mnyisa owanyisa inkosi ingasanyi, khuze, heledwana, ndukumbomvu, mahlokohloko adl’insimu eyililela!
Tag: weidenbruck Page 21 of 327
Ngubo, Ngxabi, Magubhuzela, Mshwele kaMvelase, Malana, Khaya, Mathandanandle, Mahlaba nkomonye abelane, Magqagqangane, maNgxabi sobuye siqhubeke uma kunesikhathi maThonga amahle.
Eyokuthi singamaBhaca kodwa iqinisoΒ singamaThonga ngoba sisuka eluThonga eZululand. Abanye bazokhumbula incwadi ethi “uJeqe nentombi yeThonga okwakungeyakwaNgubo
Mweli, Jili, Ngqambela kaNgqayana, Sibakhulu, Ntlangwini enebatha yase makhuzeni, Gqeshe elibomvu, Lakwa Gqilana !