πŸ’›

izithakazelo

Tag: wynkwardt

Izithakazelo zakwaChonco

Izithakazelo zakwa Chonco

Gambushe,
Shay’imamba,
Nyongande ziy’emhlubulweni,
Mabhala ngozipho abanye bebhala ngamapensela,
Wen’ohlab’inkomo wathi iyagxuga kant’uthand’inyama,
Mfomubi!
>> Lalela ngihaya kamnandi izithakazelo zakwaChonco <<

Chonco, Dludla, Dludlu, Ngema

Chonco

  • Gambushe,
  • Shayimamba,
  • Mfomubi,
  • Nyongande!

Dludla
Cebisa, Sikhakha

Dludlu

  • Mtima,
  • Mzomba,
  • Skhakhane!

Ngema
Mngadi, Madlokovu

Chonco Gambushe Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Chonco 😍
  • Chonco,
  • Gambushe,
  • Shay’imamba,
  • Nyongande ziy’emhlubulweni,
  • Mabhala ngozipho abanye bebhala ngamapensela,
  • Wen’ohlab’inkomo wathi iyagxuga kant’uthand’inyama,
  • Mfomubi!

Page 4 of 4

Β© 2026