πŸ’›

izithakazelo

Tag: zilla Page 2 of 8

Izithakazelo zakwa Kunene

  • Kunene,
  • Madonsela,
  • Mtimande,
  • Lubambo lunye,
  • zingaba mbil’ufuz’ekhabonina,
  • Masango makhulu nawabantu nawezinkomo,
  • Nina bakwa Malambule,
  • Okwathi uMalambule ebanga noMswazi nathi, “Malambule phambili”!

Izithakazelo zakwa Kunene Clan Names & History

Kunene weGoza, Zikode kaMashishiwane. Likhaba nyovane, Isithole esimdludlukazi, Abayembathi ingubo ngoba bembatha izihlangu zamadoda !

Izithakazelo zakwa Mgoza Clan Names

Mgoza, Kunene, Mashishiwane, Mgozi kaLanga, Zikode, SikhabaNyovane njengeSithole esimdlundlukazi. Mntungwa, Mthiyane!!!

Shongwe clan names, Meaning, Origin & History

Shongwe,
Ngwenya,
Mtimande,
Bambolunye,
Mcusi,
Ncamphalala,
Madonsela,
Kunene,
Swatelinhle,
Nina bomabuya bengasabuya baya bayobuya emagwaneni
Nina bomageza ngelibisi amanti ekhona

Page 2 of 8

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén