Mthalane. Uma kukhona onomlando noma imvelaphi yabakwaMthalane, sicela uwufake kuma-comments lapha ngezansi.
izithakazelo zakwa Mthalane
Mthalane!
Weza!
Mngxenge!
Fuzula!
Shikane!
Nyokana eluhlazana, umabonwa abulaweβ
Njengenyamazane!
Mbonambi!
Nkomo enophondo!
Nomcozama!
Masangosango!
Zamambo Mthalane
Mthalane!
Weza!
Mngxenge!
Fuzula!
Shikane!
Nyokana eluhlazana, umabonwa abulaweβ
Njengenyamazane!
Mbonambi!
Nkomo enophondo!
Nomcozama!
Masangosango!