Xaba 😍 Izithakazelo

Izithakazelo Zakwa Xaba

Nonkosi
Mashwabada
Owashwabadelizindlubu namakhasi
Washwabadelinkomo nezimpondo
Abahlephulisinkwa siyebandla
Basebethi sihleshulwe umtwana
Kanti sihleshulwe nguMlandakazi
Nomboko zinde
Mlotshwa!
Nina bakwaSinxe siyakhathala
Nonkosi omuhle nonyawo lwakhe
Zala kubusa nokuncishana.


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

4 thoughts on “Xaba 😍 Izithakazelo”

  1. Kasa, xaba, shwabade shwabade lainkomo enempondo owashabadel'inkomo nempondo zayo, mlotywa, nomboko zinde, nonxasiyakhathala, elingavali ngemivalo elivala ngamakhanda amadoda kwanonxa inkosi aikhathali apho umvasi wa hlulisa inkosi nebandla ngoku hlephulisa umtwana isinkwa kwamjulikazi mdekwalinda.

    Reply

Leave a Comment