πŸ’›

izithakazelo

Zulu Kings Amakhosi

General Standard–Royal Standard
1. Uhlanga
2. Muntu
3. Mnguni 1
4. Mithiyonke
5. Mnguni 2 ———-Mnguni
6. Nkosinkulu——–Nkosinkulu
7. Mdlani————–Mdlani
8. Gumede———–Luzumane
9. Nozimane———–Malandela
10. Malandela———Ntombela
11. Zulu—————–Zulu
12. Phunga———–Gumede
13. Mageba————-Phunga
14. (—–)————–Mageba
15. Ndaba
16. Jama
17. Senzangakhona
18. Sigujana, Shaka, Dingane
19. Mpande
20. Cetshwayo
21. Dinuzulu
22. Solomon Maphumzana
23. Cyprian Bhekuzulu
24. HM Goodwill Zwelithini

Ziyatholakala izikibha: 061 868 5163


Previous

Mkhize, Gubhela

Next

Izithakazelo Zakwa Mbatha

8 Comments

  1. Smanga
    Angikakwazi ukukuhlathululela zona kodwa ngisazothinta izingengelezi zakithi.
    Uma sengilutholile ulwazi ngizokwazisa.

    Besicela nabanye abangaba nolwazi ngalezibongo/thopho ezingenhla basize umfowethu, ngokuthi babhale khona lapha kuma ‘comment’.

    #Mbathastan

    • Smanga

      Ngibonga kakhulu impendulo yakho Mbatha, ngibone kungcono ukuthi ngizibhale ngokuphele kanjena:

      Mabulunga amahle wakwaMohlo, wakwaNdaba ivakala, wakwaKhala wakwaKhomdwaku. Nina bakwadada elibhulamanzi ngezimpiko, bathi ubone ngani ukuthi abasedadeni sebefikile, bathi sibone ngamanzi edungana.

      Nina benyoka eluhlaza, eyathi mayigeza umsila ifak’inhloko ebulenjini, ithi mayigeza inhloko ifak’umsila ebulenjini.

      Nina bakabuhlalo abuhlali entanyeni kanti kumavakazi buyahlala.

      Ngingajabula kakhulu uma ngingathola incazelo yalezizibongo.

  2. Smanga

    MbathaStan or anyone, please decipher the following for me:
    Mabulunga amahle wakwaMohlo, wakwaNdaba ivakala, wakwaKhala wakwaKhomdwaku. Nina bakwadada elibhulamanzi ngezimpiko, bathi ubone ngani ukuthi abasedadeni sebefikile, bathi sibone ngamanzi edungana.
    I really need to know the origins of the above praises.

  3. Izithakazelo zakwa Zulu

    Zulu omnyama ngenkani
    Ondlela zimhlophe
    Nina baka Nkayishana ka Menzi
    Nina baka Malandela ka Luzumane
    Nina baka Phunga no Mageba
    Nina abaphuza umlaza ngameva
    Ndabezitha!

    • Nonkosi zulu

      Ngicela izithakazelo zakwa zulu,mageba,mntwana,ndabezitha

      • Nonhlanhla Precious zulu

        Zulu mageba mntwana ndabezitha sthulisikandaba bayede

    • Gugu Zulu

      I like this iyasivuselela thina abanye abanakho lokhu, uzizwa ukuthi ya yimi ke lowo

      • Sphiwe Msebe

        Ngicela izbongo nezithakazelo zakwaMsebe

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén