clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Month: September 2019 Page 1 of 11

Izithakazelo zakwa Nojiyeza

Singo: Nojiyeza, Nyanda, Msangula, singakamzi’othetha amacala awok’phinga nawokuthakatha, singabakaLukhwashu,

Sidabuka eMaphephetheni, ngaphansi kwesizwe sakwaGwala esibuswa inkosi uThandizwe njengamanje. Ngenxa yokungahambisi kahle, kuthiwa saphuma kwaGwala ngokuvumelana saba isibongo esizimele, engangokuba siyaganiselana nabakwaGwala.

Madlala Clan Praises

Madlala sishi khabaludaka hlokohloko nodlomo msunu kanyomo nina enadla inhlunu niyililela. Nina bakanobhala enabhala ngozipho abanye bhebhala ngamapensela. Oskobho dilaya okhanda liyaxhega libambele elempukane.

Bilankulu Clan Praises

Bilankulu wa langeni va ka manyika hi mbita va chava ku phaka

Mkhonto Clan History

Ngicela ning’size nges’thakazelo nangenvelaphi yesibongo sakwa Mkhonto

Rhoyi Clan Names

  • mna ndingu Rhoyi,
  • untanzi,
  • umkhelemba ka nontshiyi,
  • udedeza !!!

Ndodyami Clan Praises

  • Tshitshi lomlungu
  • Ntombizimqabula egqok ijoyin
  • Ncafu ncafu ukudla kwezinja
  • Nhliziyombili njenge ntomb ikhulelwe
  • Mabona abulawe
  • Mqabulashesha
  • Nkab kayzondi
  • Ndula bemvimba

Nyawose clan names

Nyawose
Mntungwa,Mzilikazi kaMaShobane, Bhodlankomo, Silulu, Dabile, Mahlashane

Izithakazelo Menyuka

Menyuka
Gijane
Malambula
Sgodlamkhonto sikhipe induku
Skhova asilali eb’landa ngokusaba amasok’aso!

Mndawe Malaundule Surname Clan

Mndawe, Malaundule. MsindoweNgwane, Wena olandula utjwala busembizeni ufihlela abayeni. Mdunduluzi ongayimbhathi ingubo, ungayembhatha liyasibekala Mhopheni!

Mntambo clan Names

  • Mntambo
  • wazal’ u Ndadane
  • wazal’ u Gigaba
  • Mbonela
  • Mlondo
  • Yothi
  • Ndunu
  • Mavundla
  • Gwayiza
  • Bathakazele bathi
  • Mbabala yakhale hlangeni

Page 1 of 11

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: