clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Month: September 2019 Page 2 of 11

Ndlovu

ngicela ningisize ngesibongo sakwa-ndlovu zidla ekhaya ngokuswela abelusi ngesibayi esinzima.

Ziyatholakala izikibha: 061 868 5163


Izithakazelo zakwa Mjaja

Mjaja Goba Lawu Ndenza kaMlisela Xabanisa abantu belungisa Sdununu sensingiz’enyama ebika izilu liduma Dinwa kulilelwa Mbusi KaMbonwa wena kaJolwayo!

Izithakazelo zakwa Madonsela

  • Madonsela,
  • Kunene
    Mntimande Bhambolunye
  • Zabambili zeza nonina ekhabonina
  • Amayenge ngamayengetha
  • Athi edl’ umuntu ab’ eyenga ngendaba
    Ogasel’ onkomo ningi
  • Msingizan’ omile sangweni,
  • Wamile gceken’ owakusiselwa
  • Nowuthandayo uyazidosulela.

Mpala

Isithakazelo sakwa Mpala

Gwebu clan

Gwebu,
Mvelase owathanyela izibi wazibeka emnyango wathi umalokazane uzabuya aziwole !
Mthembu oluhlaza njengegcoshane yomfula
Nkomonde ka Mlotshwa
Wadla amakhewane wathi indlala iwile !!

Maseko

I need a photo wit a nym Maseko Ncamane

Isithakazelo

Maredi

Izithakazelo zakwa Xolo

  • Xolo,
  • Mthusi,
  • Dunywa,
  • nontshunstha,
  • sing’elimqosha lehlulamadoda athwalekhwishilika!!!
  • Nkung’ende esukaphansi ishaye zulwini. Ntamonde!
  • Wena wakoNcane. Thobigunya, Msuthu

Zangwa clan names

I would like to know more about the originality of amaZangwa

Sibanyoni Mathetha Malambule

Sibanyoni Mathetha malambule khozakhulu Ncuncu ephuza kwezinde iziziba ngoba kwesifushane ingabuya nodaka mwelase ongaweli ngazibuko owela ngezihlengelo zomfula.Nyoni eyakha kabi yabhekisa umyango ngasemfuleni abanye bathi yibambeni abanye bathi yiyekeni ukwenza kwayo. Dada elabhula amanzi abafokazi baphikisana bathii nibone ngani wathi umathetha kubonakala ngamanzi ukudungana.

Page 2 of 11

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: