clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Month: December 2019

Mabila (sinanatelo)

Mabila

Solani

Mkomati

Limisa ngenkhomo wena lowasola indzaba emadvodzeni watsi tjwala buyaphuta kubila. Sbongwesihle…Mabila

Jiba clan

Izithakazelo zakwa jiba nokuthi badabukaphi

Izithakazelo zakwa zikhali

Izithakazelo ne mvelaphi yakwa Zikhali:
Zikhali,
Khanyile,
Sangweni,
Hlongwane,
Mdladla,
Sogodi,
Ngwane.
Ngabathembu,
Sangweni,
Ngwane,
Khanyile, Hlongwane, Nkosi, Gadamanzi, Mtungwa Nina bakaMatiwane Masumpa kaZikhali ezingafani nezabafokazane MaNgwane KaNgwadi. Nkosi Masela Mathanga adunuse onxuweni Ngwadi, Masengasileke, Ndukuzinobulongwe, Mntungwa , ngalende efinyelela lapho ezinye ezingafinyeleli khona tshanobude obungadliwankomo, mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi, ngwane elihle

Izithakazelo

I like to be assisted ngezithakazelo zakwa Madumo.. nemvelaphi yabo

Mdlovu

Ngifunukwazi ukthi bakwa Mdlovu badabuka kuphi.

Izithakazelo

Ngicela izithakazelo zakwa Kubeka

Sibanda

Izithakazelo koSibanda esiyimvela kancane. Iningi labo lakhe koMalanda esigabeni esiseTsholotsho ngaphansi kwenduna uGambu.

Sibanda
Ngalavula
Banikati

Ezinye angisazazi ma ekhona ololwazi ngalesiSibanda ngicela agcwalisele.

izithakazelo zakwa Ntsimbi

ntsimbi mbini mnamatha cubhela zwide kalanga

Izithakazelo

Ngubane comes from Msinga at the place called EMabomvini

Page 3 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: