Izithakazelo zakwa Mfayela 😍 Mfayela Clan Names
Mfayela
Omchoboza awele
Onhlahla mazibuko
Abawela ngelibanzi elawela abelungu
AbeNguni Bavungama
Oqabagudlela abagudlele izintaba zonkana
Omude okulayo