Amagama amqondofana angamagama anikeza umqondo ofanayo, noma anencazelo efanayo, asho into eyodwa.
| amanzi βΌ amadambi |
| casuka βΌ dinwa |
| hlomula βΌ zuza |
| igceke βΌ ibala |
| igwala βΌ ivaka |
| ikhala βΌ impumulo |
| indlela βΌ inyathuko |
| indlu βΌ inkatheko |
| indoda βΌ injeza |
| inja βΌ ingcanga |
| isibhamu βΌ umkhono wekati / izulu lezandla |
| iso βΌ iqaphelo |
| isu βΌ icebo |
| liyana βΌ kuyanetha |
| phuza βΌ natha |
| ubhozo βΌ uqukula |
| ukudla βΌ ukumaya |
| ukuhlangana βΌ ukunqwamana |
| umbani βΌ umphazimo |
| umfana βΌ umkhapheyana |
| vimba βΌ nqanda |
| uvalo βΌ itwetwe / ingebhe |
Nozipho Cambridge
Mcondvo fana we. LIBILA
Prink
Yini umqondofana we Gama ngqungquthela