Izithakazelo ZakwaJali ๐Ÿ˜ Jali Clan Names Umlando

Izithakazelo Zakwa-Jali ๐Ÿ˜ Jali Clan Names
Sjongo,

Phumela,

Ngcolosi,

Mpemvu,

Mlomunendaba,

Mmemezi ka Hlangabeza !!

Abanye bazikhumbula kanje:

Jali,
Ngwane,
Bhengu,
Mthimude kaceyane,
Shongololo ngabe siyalidla sesaba imiletelete,
Hlangabeza,
Mepho,
Sjongo wena owabona ngeSondo ukuthi inyamazane iwelile,
Dlabazane sambula nkungu kuvele ilanga wenakaNgqatha ziyazukana ubuqathaqatha ukunya kwenjendala okwakungayi amachalaha kwakungoBhova !!

Abanye bazihaya kanje:

Jali!!
Mbenyezkrakra njengetshongwe,
Mgwaqu mpukwenkone evele ngomgca engceni,
Mhlanuvevele, Hlomendlini abanye behlomaphandle Ilanga Libalele, Mdli, Nomachideโ€ฆ

Futhi abanye bazihaya kanje:

JALI, MLOVU, NGCOLOSI, XAMโ€™ODLUMSINGIZANE, NONDWANGโ€™OMHLOPHE SEMBATHA NGUBO ABANYE BEMBATHA IMBELEKWANE XHINGU THEMBETHUSI !!

Umlando wakwaJali | Jali Clan History:

Cindezela lapha ukulalela umlando wabakwaJali

Click here to SEE MORE results for related to this surname

More about Jali Jali

Educational videos


๐Ÿ” SEARCH ๐Ÿ”+ ADD CLAN NAMESโ–ถ UTube Channel

15 thoughts on “Izithakazelo ZakwaJali ๐Ÿ˜ Jali Clan Names Umlando”

  1. Jali,Ntlotshane,Mpemvu,Ntab’aykhonjwa,Bomoyi,Ngciva,Just,Mgquba awpheli,Into ezinoboya naphantsi kwenyawo

    Reply
    • Watsho wandinika inkcazelo yobu boya, Kaloku ndixakene nento Jali, Undinyangile

      Reply
  2. Jali ngcolosi mlomonendaba phumela dlabazane

    Reply
  3. Jali ,Ngciva, Nomlomo onendaba, Mhlophe, malandelwa zizilo zengethe. zingazubenzanto,Qwayi,Ngqawa, Maqathalukhuni,mgquba awupheli kuphelinkomo zodwa, Ntlotshane,Mjelo,Njilo,Nyiki,Juta .Ntambomvu,Nkantlume,Mpemvu , sizukulwana sika Shelwane, Sika Mthwana,sika sabela,sika Bawomkhulu uMhlalukana

    Reply
    • Jali!!mbenyezkrakra njengetshongwe,mgwaqu mpukwenkone Evele ngomgca engceni,mhlanuvevele, hlomendlini abanye behlomaphandle Ilanga Libalele,mdli,nomachide….

      Reply
      • Jali Mhlophekazi Makhanya edizeni nje ngomnyiki Mqhele Velelizidlayo Gubhethuka Nombara Tsheleza otsheleza…

Leave a Comment