Izithakazelo zakwa Mbokazi
Mbokazi, Donda, Sontuli, Hlumakazi ka Mdaka, Wena wasolwandle, Lwandle olungawelwayo! Oluwelwa izinkonjane kanye nabelungu, bona abaphapha phezulu, wena kaMhlakazanhlansi, phahlaphahla kubeSuthu, Sobiko kaSongabi, wena wesibongo eskhulu, kasishiwo emzini, wena kaMhlakaza nhlansi zibashise, wena kakhukh’olukhulu, olwahlanganisa indlu yakwaHlekazi, intombi ezekekayo kaHlumakazi kaMdaka, wena kaNqamlathusi, wena kaSnqamu’sobhedu, wena kaMlamlankunzi ziyeke zibulalane, wena kasichumo esbamba bantu sibayeke, wena kaNkos yomfazi. wena kaMtete, Mnguni kaCilo, Mbokazi !!
Those are the names I was told maybe you guys have more knowledge of others.
& BHENGU clan Dlamini Dlomo Dube Duma Dumakude Gasa Gumede history iziduko Izithakazelo Jali Jiyane Kunene Langa MALINGA Maphoto Mbuyisa Mdluli Meaning Mlambo Mlotshwa Mnguni Mntungwa Mpangazitha Msuthu Mthiyane Mthombeni Mwelase Mzilankatha names Ndaba Ndlovu Ngwane origin praises Qwabe surname Vezi zakwa Zikode Zulu ❤️
Leave a Reply