15 thoughts on “Mtshali clan praises, Meaning, Origin & History”

  1. Bhekithemba Mtshali — Groutville KwaDukuza.

    Ngiyabonga Mantshinga ngalelithuba osivulele lona lokuthi nathi sisho esikwaziyo.Ubaba wayethi uma ezisho athi.

    "Hlabangane elimhlophe qwa elingavutshwa ngankobe livutshwa ngochwebeni,Magalel'agase njengengonyama,Mantshing'angacoshi kucosh'abafokazane.Thina bakwa lindamkhonto njengense."
    Khondlo.

    Wayebe esefakake okhokho bethu.Owethu kwakuwu Mzimba kaSoyamba.

    Reply
  2. ake ngibonge ukubona ukuthi kukhona umuntu noma abantu abakhathalele isibongo sakithi kanje nime njalo nina bakasiwangu!!! u-Victor Mtshali waseNquthu kwaNgedla uyabonga

    Reply

Leave a Comment