Izithakazelo zakwa Cindi
Mahlaba,
Mashinini!
Admin notes:Β Omunye ubhale wathi uzazi kanje:
Cindi,
Mahlaba,
Minyela,
Kud’elihle,
Malamulela,
Masekwane.
Wena owa… Continue reading >>
Mahlaba,
Mashinini!
Admin notes:Β Omunye ubhale wathi uzazi kanje:
Cindi,
Mahlaba,
Minyela,
Kud’elihle,
Malamulela,
Masekwane.
Wena owa… Continue reading >>
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén
Bandile cindi
Bandile cindi
Izithakazelo zithi ,CINDI ,MAHLABA MSOBOTSHENI ,NDUWELA ,MINYELA BAFANA BAKAMAFOKAZANE ABANGADLI UBENDE OBULELE ,MASHININI ,MKHONTO
Mlungisi Skisazana
Cindi Mahlazitha minyela , minyela incagu yomyeni umsombotya ubomvu owafumaneka kwingxingwa emfuleni iTsitsana umhlangevula udilikile
Siphiwe Cindi
Sanibonani nina bakwa Cindi!
Mina ngegama ngingu Siphiwe Cindi, ngiqhamuka eSoshanguve (Pretoria)
Bengicela ukuthi senze i-whatsapp group chat?
Themba
Themba Cindi
0768417192
Kholeka
Umkhulu wami kwakungu Amos Cindi,Mina ngiyisizukhulwane,Ezithakazelo sithi
Cindi,Masekwane,mbonyisa,Minyela ,abaliwa
Phatheka Cinde
Phatheka Cinde
Thina sithi Cinde not Cindi but izithakazelo ziyefana nezi zakwa Cinde , xandisiva ngomlando wam kuthiwa sisuka eSwatini, but ndibawela ukwazi abantu bakwaCinde/Cindi
Sipho Cindi
Mina nginguSipho Cindi, ozalwa uMsakazi uGeorge Cindi wakwaSABC-Ukhozi FM okwakuwu Radio Zulu ngalesosikhathi osewadlula emhlabeni ngo-1974. Ngokudabuka siphuma eGauteng eyayibizwa ngokuthi iTransvaal ngaleso sikhathi endaweni yase-Heidelburg eRatanda. Isibongo sakwaCindi sibhalwa kanjena “Cindzi” ngoba simaSwati. Ngokuwela umngcele waseSwati koKhokho bethu sabe sesishintsha ukubhalwa kwaso saba uCindi. Ngicabanga ukuthi ezinye zezizathu ezadalela ukushintshwa kokubhalwa kwaso kwakungaba omaBhalane bangaleso sikhathi abashicilela iphutha noma kwaba isibomu soKhokho bethu ngoba bengafuni ukubonakala ukuthi bangokudabuka ESwatini bese bephelelwa umsebenzi. Sesingabhekake ukuthi izithakazelo zakwaCindi zithinta ziphi izindawo ababefika bathe kuzo. Ngilinganise njengaseMSOBOTSHENI naseGudu. Yizindawo ezikhona lezo eMpumalanga Province. AbakwaCindzi bahlobene nabakwaMahlaba. AbakwaMahlaba abakwaCindi. BawoMahlaba ngoba owakwaCindzi wamithisa udadewabo bathi uhlabe ekhaya wase edingiswa waphiwa indawo. Uma kukhonjwa endaweni yakhe kuthiwe ikwaMahlaba ekhaya laphaya. Kwagcina sekuyiSizwe sakwaMahlaba kaCindzi. ITrade yoKhokho bethu eSwatini babenebhizinisi lokufulela izindlu. Uma zithunywa izingane kwakuyaye kuthiwa awuye lapha kwaCindzi, “muphi na” lona ofulela izindlu. Kwagcina sekuyigama abizwa ngalo uCindzi uMafulela. Ngicela ukuphela lapho okwanamuhla. Siyabonga ?.
Nelisiwe Mafulela
Wow, ngiyabonga kakhulu ππ½. Umama uzalwa Kwa Cindi kodwa umkhulu wazibiza Mafulela ebalekela amabhunu (Transvaal) during apartheid. I’ve always wanted to know ukuthi sihlobana kanjani no Mahlaba? How did “we” get isithakazelo sakwa Mafulelaπ€ Gombase, Miyela? Ngingajabula kakhulu if you can share more please Malume
Unknown
Ntokozo Cindi, ngicela ukwazi isigodi sakwa cindi futhi ubani inkosi yakwaCindi?
Kholeka
Hi unknown, I am also trying imvelaphi wethu abakwa Cindi,surprisingly I visited North west Mahikeng ,apparently there is a village around there,is only Cindi families,So now now am getting lost as I thought we came from a Zulu nation,seems I was wrong,am still dicking our roots ,as soon I find out ,I will post the outcome.
Peter
Awenabe ngemvelaphi kaMashinini no Mahlaba
Unknown
CINDI
Mahlaba, Minyela, Kud'elihle, Malamulela, Masekwane.
Wena owahlaba inkukhu ngosungulo wayibeka emusamo, ibandla ladla lasutha.
Unknown
CINDI
Mahlaba, Minyela, Masekwane, Kud'elihle, Malamulela.
Mahlaba owahlaba inkukhu ngosungulo wayibeka emusamo landla ibadla lasutha…