15 thoughts on “Izithakazelo zakwa Cindi Clan Names Umlando”

  1. Phatheka Cinde
    Thina sithi Cinde not Cindi but izithakazelo ziyefana nezi zakwa Cinde , xandisiva ngomlando wam kuthiwa sisuka eSwatini, but ndibawela ukwazi abantu bakwaCinde/Cindi

    Reply
  2. Mina nginguSipho Cindi, ozalwa uMsakazi uGeorge Cindi wakwaSABC-Ukhozi FM okwakuwu Radio Zulu ngalesosikhathi osewadlula emhlabeni ngo-1974. Ngokudabuka siphuma eGauteng eyayibizwa ngokuthi iTransvaal ngaleso sikhathi endaweni yase-Heidelburg eRatanda. Isibongo sakwaCindi sibhalwa kanjena “Cindzi” ngoba simaSwati. Ngokuwela umngcele waseSwati koKhokho bethu sabe sesishintsha ukubhalwa kwaso saba uCindi. Ngicabanga ukuthi ezinye zezizathu ezadalela ukushintshwa kokubhalwa kwaso kwakungaba omaBhalane bangaleso sikhathi abashicilela iphutha noma kwaba isibomu soKhokho bethu ngoba bengafuni ukubonakala ukuthi bangokudabuka ESwatini bese bephelelwa umsebenzi. Sesingabhekake ukuthi izithakazelo zakwaCindi zithinta ziphi izindawo ababefika bathe kuzo. Ngilinganise njengaseMSOBOTSHENI naseGudu. Yizindawo ezikhona lezo eMpumalanga Province. AbakwaCindzi bahlobene nabakwaMahlaba. AbakwaMahlaba abakwaCindi. BawoMahlaba ngoba owakwaCindzi wamithisa udadewabo bathi uhlabe ekhaya wase edingiswa waphiwa indawo. Uma kukhonjwa endaweni yakhe kuthiwe ikwaMahlaba ekhaya laphaya. Kwagcina sekuyiSizwe sakwaMahlaba kaCindzi. ITrade yoKhokho bethu eSwatini babenebhizinisi lokufulela izindlu. Uma zithunywa izingane kwakuyaye kuthiwa awuye lapha kwaCindzi, “muphi na” lona ofulela izindlu. Kwagcina sekuyigama abizwa ngalo uCindzi uMafulela. Ngicela ukuphela lapho okwanamuhla. Siyabonga ?.

    Reply
    • Wow, ngiyabonga kakhulu πŸ™πŸ½. Umama uzalwa Kwa Cindi kodwa umkhulu wazibiza Mafulela ebalekela amabhunu (Transvaal) during apartheid. I’ve always wanted to know ukuthi sihlobana kanjani no Mahlaba? How did “we” get isithakazelo sakwa MafulelaπŸ€” Gombase, Miyela? Ngingajabula kakhulu if you can share more please Malume

      Reply
  3. Ntokozo Cindi, ngicela ukwazi isigodi sakwa cindi futhi ubani inkosi yakwaCindi?

    Reply
    • Hi unknown, I am also trying imvelaphi wethu abakwa Cindi,surprisingly I visited North west Mahikeng ,apparently there is a village around there,is only Cindi families,So now now am getting lost as I thought we came from a Zulu nation,seems I was wrong,am still dicking our roots ,as soon I find out ,I will post the outcome.

      Reply

Leave a Comment