πŸ’›

izithakazelo

Chonco, Dludla, Dludlu, Ngema

Chonco

  • Gambushe,
  • Shayimamba,
  • Mfomubi,
  • Nyongande!

Dludla
Cebisa, Sikhakha

Dludlu

  • Mtima,
  • Mzomba,
  • Skhakhane!

Ngema
Mngadi, Madlokovu

Previous

Cebekhulu, Cele, Khoza, Chiya

Next

Nzama, Mdunge, Maphumulo

5 Comments

  1. Siyanda Gambushe

    Abakwa Chonco
    OGambushe, shay’mamba, mbota, kili, ngakungese, mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela, indlovu edla amagatsha aphezulu ngoba angezansi ishiyela abafokazana, mgwazi wendlovu ayiflathele, umathunywa agijime njengempaka yomthakathi, umadel’ isdumbu adle umlenze, mahlabinkomo athi iyagula kanti uthand’ inyama, singena samaphanga wathi kuyolima abayovela, inyoni ephuza kwezikude iziziba ngoba uma iphuza kweziseduze igob’ umlomo. Ndlebe azizwa kanti ziyezwa, lwandloluhle.

    • Chonco sinalo

      Ngicela ziphelele

  2. Philani Mthokozisi Chonco

    Abakwa Chonco

    Ogambushe, Mfomubi, Singela,Shayimamba,Omahlaba inkobo bethi iyagula kanti bathanda inyama,Mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela.

    • Thembelihle chonco

      Awuzisho nje uqhubeke muzazi zonke plz

  3. duduzile

    Im looking 4 ma father they said he was living at Mbonambi his name wasGideon Mngan,

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén