Izithakazelo zakwa Dlamini, Dlamini Clan Names , Dlamini Clan Praises

Lusibalukhulu,
Malandela ngokulandela izinkomo zamadoda
Jama kaSjadu, Nkomo zidla ekhaya ngoba zeswele abelusi
Mdlovu, Magaduzela, Magwenyane, Nkosi, Mzizi
Mdineka, Nyanya, Msuduka
Inkonekaz’evele ngobusw’emgedeni.
USamkethe, esinembay’emaLangeni,
UMswazi kaSobhuza
Sgwinya mkhonto notho lwaso
Wena owaFodo ka Nombewu kaNomagaga
Wena wase Dlebe
Mfolozi emnyama inkethabaweli, Nyanya
Mabonel’empunzini, Mlangeni
wena ka Miso (Misizwe)
Mgoqo ovimbe’sangweni nansi impi, izwe lafa ngathi na??
Ngonyama

+ ADD YOUR CLANS 🔍 SEARCH 🔍

Previous

Dlamini Zizi Jama

Next

Izithakazelo zakwa Dlamini Jama Clan Names

0 0 votes
Article Rating
Subscribe
Notify of
16 Comments
Inline Feedbacks
View all comments
Vincent Dlamini
Vincent Dlamini
2 months ago

Asikhimbuleni ukuthi iNkosi uShaka walwa wathumba zonke iZizwe afinyelela kuzo ngitsho lamaSwati. Kulapho ke okwavela khona uDlamini yomZulu, ekuthunjweni kwaMaSwati.
ODlamini kahle kahle ngamaSwati.

Bukiwe
Bukiwe
3 months ago

We have Dlamini eMaHlubini…Good to know

Abongwe
Abongwe
3 months ago

Thanks
These are perfect clan names of Dlamini
Thanks again for this
May God bless you and your families
👍

Phelamandla Dlamini
Phelamandla Dlamini
1 year ago

MAVUSO NGWANA WENA WWKUNENE