Izithakazelo zakwa Dludla
Nolanga,
Skhakha somfazi,
Nsukunganye,
Cebisa, ocebisa abafokazana ngozuka
Ndwani, Noyivalela,
Ndaba zamanina,
Sibunyana siluhlazana intebe,
Mandondo weNkethe,
Jaja, Maphambukela,
Mbayimbayi, Mbuya,
Madlodlongwane,
Sikhonkwane, Ntanjana,
Mmemezi, Tonisi,
Maxolo!
Educational videos
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Ngisacela ningipha ihubo lakwa Dludla
Dludla kosebeni , bawathatha bawaphonsa phezulu amabele abuyasebomvu . Ndimdwane omkhulu . Ndengezi may'shumi, mayivala ivala nga makhanda amadoda
Dludla kosebeni bamthatha bamphosa phezulu abuyasebomvu amabele. Ndengezi may'shumi mayivala ivala ngakhanda amadoda. Ndimdwane omkhulu