Izithakazelo zakwa Dludla
Nolanga,
Skhakha somfazi,
Nsukunganye,
Cebisa, ocebisa abafokazana ngozuka
Ndwani, Noyivalela,
Ndaba zamanina,
Sibunyana siluhlazana intebe,
Mandondo weNkethe,
Jaja, Maphambukela,
Mbayimbayi, Mbuya,
Madlodlongwane,
Sikhonkwane, Ntanjana,
Mmemezi, Tonisi,
Maxolo!
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
oZakwe
ngicela ukwazi izibongo ezihlobene no Dludla
ihubo lakwa Dludla
' hiya awoh ahhe- hiya awoh ahhe
limnandi kakhulu uma amacebisa esehlangenge