Fiso Clan:
Malandelwa intombi ithi ngizeke noma ungena nkomo,
nkosi kayilusi iyakhaphela ngoba ezayo ziyazibuyela
abafokazane bebiya ngempande nama hlamvu wena ubiya ngempatho nokunethezeka,
Dika dika owadikiza izinkomo zamaZulu namaXhosa ngoboko olulodwa,
zithwe ezinhlanu xebula asithandayo ayeke esomunye asale nokuhlupheka kwakhe,
Patsha patsha mnqathu ulikhandlela,
Nina abakwa Ngangendlovu !
Leave a Reply