πŸ’›

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Gumbi Clan Names & History

Izithakazelo zakwa Gumbi

Skhende,
Jele,
Ngubo yengwe.
Somkhanda, wena owakhanda amadoda,
Wena ka-Mathumb’ayiphanyeke,
Ntongande, Mdakane,
Mehl’enkomo, Ntini,
Nozingelayo,
Ndandali,
Wena kaNgoni,
Mlotshwa!

Popular people from Gumbi last name

Themba Gumbi (Technology)
Former Group Executive-Public Sector Business Development at Business Connexion Group Ltd., a leading South African IT services company. Holds undergraduate degree from University of Natal and MBA from University of South Africa. [citation:5]

Previous

Izithakazelo zakwa Guma Clan Names & Imvelaphi

Next

Izithakazelo zakwa Gumede Clan Names

5 Comments

  1. Ngicela ukubuza ugumede uyisbongo noma igama lakhe lona owazala amawele

  2. Yebo uhlobene

  3. Enter your reply…uGumede wazala amawele kuthiwa kwakungabonakali ukuthi amawele elodwa lazalwa kahle kwathiwa uPhahla leli elinye ngoba lalicashile kwathiwa iGumbi…so Phahla and Gumbi ama wele azalwa uGumede

  4. Ngcela ukbuza ukuthi kuhlangana kanjan uPhahla uGumbi noGu
    mede??

  5. sanibonani uNtini uhlobene noGumbi?

Leave a Reply to Unknown Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén