izithakazelo

Izithakazelo zakwa Hadebe Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Hadebe:
  • Hadebe,
  • Bhungane,
  • Bhungane kaNsele,
  • Zikode, Gob’izembe,
  • Makhulukhulu, Mehlomakhulu,
  • Umkhulu Bhungane,
  • Ziyengane eziyeng’umuntu, zimyenga ngendaba,
  • Mthimkhulu,
  • Mashiya amahle, amade anjengawenyamazane,
  • Mafuz’afulele njengelifu lemvula,
  • S’goloza esimehlo abomvu esibheka umuntu kube sengathi
  • iyamujamela,
  • Ndlubu zamil’ebubini, ngoba zesab’ukwehlela,
  • Ingab’emhlabeni zesabani?
  • Nina enindlebe zikhanya ilanga,
  • Nina enindlebe zinhle zombili,
  • Nina bosiba olude olungakhothami endlwaneni kodwa kwezinde uyakhothama,
  • Nina bomagawula imithi emincane emikhulu ivele iziwele,
  • Mahlubi amahle,
  • Nina maHlubi anzipho zimnyama ngokuqhwayana,
  • Mashwabadela owashwabadela inkomo kanye nezimpondo zayo,
  • Ngelengele!

Izithakazelo zakwa Hadebe with English translation:

Hadebe,
(Hadebe).

Bhungane,
(Bhungane).

Bhungane kaNsele,
(Bhungane, son of Nsele).

Zikode, Gob’izembe,
(Zikode, Gob’izembe – the one who breaks/cuts axes).

Makhulukhulu, Mehlomakhulu,
(Makhulukhulu, Mehlomakhulu – the great one, the one with great eyes).

Umkhulu Bhungane,
(The great elder Bhungane).

Ziyengane eziyeng’umuntu, zimyenga ngendaba,
(The deceivers who deceive a person, deceiving them with stories).

Mthimkhulu,
(Mthimkhulu – the great tree/shade).

Mashiya amahle, amade anjengawenyamazane,
(Beautiful eyebrows, long like those of the buck/antelope).

Mafuz’afulele njengelifu lemvula,
(The one who spreads out like a rain cloud).

S’goloza esimehlo abomvu esibheka umuntu kube sengathi iyamujamela,
(The one with red eyes who looks at a person as if it is threatening/devouring them).

Ndlubu zamil’ebubini, ngoba zesab’ukwehlela,
(Beans that grew in the open, because they feared descending/falling).

Ingab’emhlabeni zesabani?
(What do those who are on the ground fear?).

Nina enindlebe zikhanya ilanga,
(You whose ears shine in the sun).

Nina enindlebe zinhle zombili,
(You whose ears are both beautiful).

Nina bosiba olude olungakhothami endlwaneni kodwa kwezinde uyakhothama,
(You with the long feather that does not bow in the house but bows in the distance/outside).

Nina bomagawula imithi emincane emikhulu ivele iziwele,
(You who cut down small trees while the big ones fall by themselves).

Mahlubi amahle,
(Beautiful Hlubi people).

Nina maHlubi anzipho zimnyama ngokuqhwayana,
(You Hlubi people with black nails from stamping/pressing each other).

Mashwabadela owashwabadela inkomo kanye nezimpondo zayo,
(Mashwabadela who skinned the cow along with its horns).

Ngelengele!
(Ngelengele).

Previous

Gwamanda Clan Names & Surname History

Next

Hlabisa Clan Names

3 Comments

  1. Ngyambonga umdali ngokungipha isbongo esihle kanje,phambili mahlubi amahle

  2. Amen Amahlubi amahle

  3. Endlini yakithi emaHlubini?

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén