Izithakazela zakwa Mdakane Can Names & Family History | Umlando By admin On Izithakazela zakwa Mdakane zithi: Mdakane,Gumbi,Mshiza,Mdukwase,Somkhanda,Ntini,Nkabande! ππΏππΏ maqinameaningmoshupjendungunde Previous Izithakazelo Zakwa MbonaniΒ | Mbonani origin π Imvelaphi Next Izithakazelo zakwa Malimela Clan Names 1 Comment Add Comment → Lethinhlanhla kaNditha uma kukhona owazi kabanzi ngomlando wethu eMadakaneni,bengicela nize nawo lowo mlando. Kusukela kuNkosi yethu yokuqala, amaKhosi wonke aqavile noma adumile kwaMdakane, izibongo zamaKhosi ethu, izindawo esahlala kuzona, kanye nalezi esike sabhaca kuzo (uma sike sabhaca). Futhi achaze nokuthi sahlukana kanjani kugcine sekukhona amaDakane eMnambithi, amaDakane eDannhauser (kwaMdakane), amaDakane ePiet Reitef, kanye nezinye izindawo. Ngingathanda niphinde nichaze nokuthi sihlobana kanjani nabakwaJele kanye nabakwaGumbi. Reply Previous Leave a Reply to Lethinhlanhla kaNditha Cancel replyYour email address will not be published. Required fields are marked *Comment * Name * Email * Website Save my name, email, and website in this browser for the next time I comment. Type in the text displayed above
Lethinhlanhla kaNditha
uma kukhona owazi kabanzi ngomlando wethu eMadakaneni,bengicela nize nawo lowo mlando.
Kusukela kuNkosi yethu yokuqala, amaKhosi wonke aqavile noma adumile kwaMdakane, izibongo zamaKhosi ethu, izindawo esahlala kuzona, kanye nalezi esike sabhaca kuzo (uma sike sabhaca). Futhi achaze nokuthi sahlukana kanjani kugcine sekukhona amaDakane eMnambithi, amaDakane eDannhauser (kwaMdakane), amaDakane ePiet Reitef, kanye nezinye izindawo.
Ngingathanda niphinde nichaze nokuthi sihlobana kanjani nabakwaJele kanye nabakwaGumbi.