Izithakazelo zakwa Hlela

Madlula,
Kunene, Mphumela,
Maqeda kaNkani,kadabula iziziba,
Hangala,
Malakubuswa, Hlangakazi,
Nyongo yenyathi,
Mashiya amambi,
Nhlonhlonthi,
Ngcwingcwi Ezikhotha komude ngoba komfishane ziyagoba!

Sithole Clan names
Sithole Clan names

Sithole Clan namesSithole, Jobe!Mondisa!Phumela phandle ngoba kufudumeleUngaze ube nomngandeniMalatshana!Mhlakaza nhlansi zingamshisiZiyoshisabalondoloziMaphitha!Mthembu waseGubaziAbaThembu bengabakwaMvelaseNgqikazi kaGabelaZitsha zimnyamazingamankankazanaNyama kaMaqoqoAbayidla Read more

Mbazini Clan Names
Mbazini Clan Names

Mbazini, Malokotha, Shingose, Mlenzelenze, Bhomini, Ngidi kaHlomuka Nina Eningaloboli Ngenkomo Zamandlenu Nilobola Ngezodadewenu !