πŸ’›

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Mashinini – Ziphelele Zonke

Mashinini,
Guliwe,
Libembe,
Ntoz’mandla,
Abakamfazi wemuka Ka Mashinini wathi engalapha ngase siGodini wathi umtana udabule imbeleko Kanti ukhumbule uMbengomadansi,
Nina abaka mfazi osihhebakazi uPhongo njengo nina,
Abakamfazi omabele made obelethe ngayizolo,
Thingi Thingi uthi a ngenze njani ngoba nali ibhubesi liyvimbile kaNonhlanhla eNgosi akekho ongalivimba ngisho uGuqa phenduke umalala nenkonyane !!! πŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎ

Previous

Izithakazelo zakwa Ndwalane Clan Names

Next

Izithakazelo zakwa Mkhonto Clan Names

2 Comments

  1. Sibusiso Mashinini

    What culture do we fall under

  2. Sfiso Mashinini

    Can I please the history of The Mashinini clan nokuthi Siyini as Abantu Bakwa Mashinini?

Leave a Reply to Sfiso Mashinini Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén