Surname Meaning, History, Clan Names & Latest News

Izithakazelo Umlando Clan names Iziduko

Izithakazelo zakwa Mhlophe ❤️

Nyathela: unyathela ngomkhonto abanye benyathela ngenyawo

Mvubelo

Mdukase

Nhlanga Zamasha ezamadala zabola, umgugudo wabonwa ilanga

Umqotho nesisekelo phezu kwe sisekelo yibululu 

Libase: olibase umkhonto osanda kulolwa, wena wasegudu wena ogudunkomo  

zindela: onkomonhle kwezenkosi, odladla, omphembe, nyazitha, ovezi, okweyama kamgabadeli owagabadel’ inkundla yakwabulawayo, othiyathiya wathiy’ amadoda, ontombi zenda ngonyezi ezabafokazana zenda ngomyama, ezikamanyonyo kasilwane umuntu wahlalwa yimpukane wabola ngelanga  

Abehala ngesilulu, obonjeni!

Izithakazelo zakwa Mkholo

Please help with Mkholo clan names and izithakazelo

Izithakazelo zakwa Guma

Guma Clan Praises: Mangena oMangena ngezitho abanye bangena ngemicondo Ngogwana Somomose Mpinda Siyaya

Previous

Who is related with mchunu

Next

Ntozakhe Clan Names

1 Comment

  1. Mhlophe
    Ngcingweni
    Gatigati
    Kamaziny’amahle
    Kambilo obomvu
    Khiwane bayalisika liyamila
    Nsini yomfazi k****u sakhe

Leave a Reply

Your email address will not be published.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: