Find your Surnames Meaning, History, Origin & Clan Names

Izithakazelo Umlando Clan names Iziduko

Izithakazelo zakwa Thabede

Izithakazelo zakwa Thabede

Thabede,

Jiyane,

Ndidane,

Mqadompofu,

Songo,

Vezi,

Mlotshwa,

Gambu,

Mwelase,

Xwayela,

Nomaswiliswili, Luphaphelwempangela,

Guqabathokoze abafokazana,

Mbizanazotshwala, Nina enehla ngesilulu

ezintabeni zobombo abanye

behla ngezinyawo,

Machabadankosi ngoba wachabada

u-Ngwane ka-Mbilini

Magodanqutha, mlenge.

Uzodelibandla kungelakhe lakwa-Gcingiza.

Maswati amhlophe, unwele olude.

Izithakazelo zakwa Thango

Izithakazelo zakwa Thango JIYANE, MAGOLWANE, MBOPHA KA STHAYI, THABEDE, THANGO. Uma ufisa ukwengeza kulezithakazelo zakwa Thango, sicela usazise nge-comment

Thusi clan names❤️ Izithalazelo Thusi

Thusi Mlotshwa Mkhwamubi Nsukwini Manganyela Mgqwabagqwaba Ndlandla Sbumbu setshwele eligulayo Dlebelenkomo

Previous

Mnguni Clan Names

Next

Izithakazelo zakwa Sosibo

1 Comment

  1. Nythokoz ukwaz we zithakazelo zase khaya

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: