Izithakazelo zakwa Thabede Clan Names

Thabede Surname

Thabede,

Jiyane,

Ndidane,

Mqadompofu,

Songo,

Vezi,

Mlotshwa,

Gambu,

Mwelase,

Xwayela,

Nomaswiliswili, Luphaphelwempangela,

Guqabathokoze abafokazana,

Mbizanazotshwala, Nina enehla ngesilulu

ezintabeni zobombo abanye

behla ngezinyawo,

Machabadankosi ngoba wachabada

u-Ngwane ka-Mbilini

Magodanqutha, mlenge.

Uzodelibandla kungelakhe lakwa-Gcingiza.

Maswati amhlophe, unwele olude !

More about Thabede

Educational videos


๐Ÿ” SEARCH ๐Ÿ”+ ADD CLAN NAMESโ–ถ UTube Channel

6 thoughts on “Izithakazelo zakwa Thabede Clan Names”

  1. Ngiyabonga ukuthi ekugcineni ngaze ngazazi kahle hle izithakazelo zasekhaya, sengizokwazi nokushintsha isibongo sengizazi kahle.

    Reply
  2. Thabede
    Mawandla
    Mkholo
    Mkhol’onsudu Wezitho nezinyawo Zasemagwaqeni
    O’ygwaqa zasentendele
    Osphundu phenduka sikothe
    Abanganqwadi ngeminqwado banqwada ngamakhanda amadoda
    Nsele
    Abakasekethwayo

    Reply
  3. Thabethe
    Jiyane
    Vezi
    Mwelร se
    Gambu
    Nina bagumed umuntu ngomqwayiba
    Basiphula muntu ngamzimba

    Nina besijiba mphini kosala izinqamu
    Qalashe elikhulu
    Lona elabaleka lashiya izinja zakansangwana
    Umbenu mbeรฑu
    Nhliziyo mathanda kaZulu

    Reply

Leave a Comment