Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

  • Mnguni wena WaseCebeleni
  • onkomo zabo ziningi
  • Shawuza kashayeki ushayeka ngamatshe
  • Mthongothiwa wothiwa zinyoni zezulu
  • thusi liyabenya
  • abahamba ngehlanhlatho ngoba besaba uthuli
  • abahle nangaphansi konyawo
  • macash’emhlungwini
  • uShawuz’obashisa emva nangaphambili
  • kaNcobela
  • kaQobo-dwana
  • kaSomdibela
  • kaSikhunyana