Izithakazelo zakwa Yengwa

  • Yengwa
  • Gwamanda
  • Sochumase
  • Sondindi kandaba
  • Wena owehla ngobambo wabambela umbu wamaphela nezimpukane athi amaphela uma usuhlome ukhezo sizokhotha
  • Gwamanda omhlophe omnyama ngoba ethanda wena owehla ngotenga wabambelela qabe lafikat mumva amanye esefikile
  • UGwamanda akangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyahlala
  • Wena wako mthonzima pho yini sikhala ngoba niyamazi nje !!
πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 UTube Channel