πŸ’›

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Zikhali Clan Names

Izithakazelo ne mvelaphi yakwa Zikhali:
Zikhali,
Khanyile,
Sangweni,
Hlongwane,
Mdladla,
Sogodi,
Ngwane.
Ngabathembu,
Sangweni,
Ngwane,
Khanyile, Hlongwane, Nkosi, Gadamanzi, Mtungwa Nina bakaMatiwane Masumpa kaZikhali ezingafani nezabafokazane MaNgwane KaNgwadi. Nkosi Masela Mathanga adunuse onxuweni Ngwadi, Masengasileke, Ndukuzinobulongwe, Mntungwa , ngalende efinyelela lapho ezinye ezingafinyeleli khona tshanobude obungadliwankomo, mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi, ngwane elihle

Previous

Izithakazelo Clan Names, Meaning, Origin & History

Next

Jiba clan & History

3 Comments

  1. Mbali

    Khanyile nozikhale zihlobo?

  2. Nandipa

    Andingozikhali kodwa ndinomdla wokwazi ukuba Ngoobani Ozikhali

    • T. Zikali

      Zikhali , ezomkonto , gabadela , nzima emnyama , ogwaza abagijimayo , abamileyo asigwazi , ongwane

Leave a Reply to T. Zikali Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén