πŸ’›

izithakazelo

Tag: soncasa Page 1 of 2

SONCASA Clan Names & Family History | Umlando

Soncasa Clan Names, Meaning & History.

Soncasa surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Zikhali Clan Names & Meaning & History:

Khanyile,

Sangweni,

Hlongwane,

Mdladla,

Sogodi,

Ngwane.

Ngabathembu,

Sangweni,

Ngwane,

Khanyile, Hlongwane, Nkosi, Gadamanzi, Mtungwa Nina bakaMatiwane Masumpa kaZikhali ezingafani nezabafokazane MaNgwane KaNgwadi. Nkosi Masela Mathanga adunuse onxuweni Ngwadi, Masengasileke, Ndukuzinobulongwe, Mntungwa , ngalende efinyelela lapho ezinye ezingafinyeleli khona tshanobude obungadliwankomo, mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi, ngwane elihle !!

Nkanini clan names & History

Izithakazelo zakwa Nkanini

Nkanini, Khanyile, Luvuno Nina enivuna ebsika abafokazane bevuna selibalele, Mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi, Ngwane, JAMA kaSjadu, mawela umfula ugcwele izingwenya ngoba uthi ifela khona enkanini, Linda mkhonto, Mangethe, Nina bakwamatiwane, Omwelase abangawelanga ngaziziba abawela ngezimpambosi zomfula zasodumase. Langa ongenandlebe angaba nayo weza nonina, Shalashala elihle elithi ukuvuma ngokulandula, Mabhuqa, Sogodi, Mashaya umuntu aphindele la asuka khona, madla isinkwa esinothotho!

Izithakazelo zakwa Zikhali Clan Names

Zikhali,
Ngwane,
Hlongwane,
Sangweni,
Khanyile,
Mdladla,
Sogodi,
Ndungunye,
Matiwane,
Masumpa,
Masenga Sileka,
Ngwane kaNgwadi,
Izikhali azingalingani nezama xhegwana,

Page 1 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén