πŸ’›

izithakazelo

Izithakazelo zakwaKhoza & History

Izithakazelo zakwa-Khoza

Mlotshwa,
Msuthu,
Mkhathini,
S’phan’abantwana,
Ndlel’ehamb’ekhaya,
Eyanqamula kwaMlandakazi,
Mancencence,
Hlabisa odlulayo,
Ngoba olele akahlatshiswa,uyidla aze ayiqede,
Wena wakaMpahl’emhlophe,
Ingaba bomvu isiyonake,
Ntshingwayo,
Mangena, Mlilo,
Skotana,Mabona,
Nomageja, Sokhabase,
Ntshamase,
Ndlandla!

Chairman of Orlando Pirates Football Club. Vice-president of South African Football Association and Chairman of Premier Soccer League. Businessman with interests in property and football management.

Former president of South African Chamber of Business and deputy president of Black Management Forum. Served 14 years at Shell and 11 years at NestlΓ©.

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Izithakazelo zakwa Khobeni Clan Names & History

Next

Izithakazelo zakwa Khubisa Clan Names Umlando

3 Comments

  1. Sbonga kakhulu mtaka baba ngoba owanginika wayedlala ngam Edina ngibize abantu abathandwa nguye

  2. ngiyabonga ngezithakazelo zakwa-khoza kodwa thina ekhaya uma bethakazela akukho okubhalwe lapha okufanayo thina singo-khoza ncwane malobelo mndimndwane wena owaphangela kobhobhobho wena onomhlane onjengowomntwana manyundela.makukhona onolwazi ngicela engi-email ku-khozam23@gmail.com ngiyobonga kakhulu

  3. Siyabonga ngale website kodwa ekhaya azihambi kanjena izithakazelo kwenziwa yini? Ngoba mina ngingu khoza ugumede kamnisi u mvuleni owafanelwa umsingizane

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026