Izithakazelo zakwa-Khoza
Mlotshwa,
Msuthu,
Mkhathini,
S’phan’abantwana,
Ndlel’ehamb’ekhaya,
Eyanqamula kwaMlandakazi,
Mancencence,
Hlabisa odlulayo,
Ngoba olele akahlatshiswa,uyidla aze ayiqede,
Wena wakaMpahl’emhlophe,
Ingaba bomvu isiyonake,
Ntshingwayo,
Mangena, Mlilo,
Skotana,Mabona,
Nomageja, Sokhabase,
Ntshamase,
Ndlandla!
Chairman of Orlando Pirates Football Club. Vice-president of South African Football Association and Chairman of Premier Soccer League. Businessman with interests in property and football management.
Former president of South African Chamber of Business and deputy president of Black Management Forum. Served 14 years at Shell and 11 years at NestlΓ©.
π Search here π+ ADD CLAN NAMESπ¬ Watch our videos
Unknown
Owakith wena nami ngiwu Ndlandla Msuthu
I'm from Bergville
Unknown
Mina sengiyadideka ngempela
Unknown
Hai cha khona ziningi ithakelo zakithi ki Khoza,but ngathi kukhona nezomfakela wama vezandlebe phakathi kuzo
Like oSibisi,Mahlase no Bhovungana angibazi mina Kwa Khoza pls akenisize nisilamulele wezazi Masiko always Zulu,kwenzakalani futhi uhlanganaphi uSibisi no Khoza manje NGO Year 2000?