Shiba πŸ™Œ
Mkwanati,
Nkwaliyenkosi,
Ndonga,
Shamase,
Sontuyi,
Somkhele,
Lele, Khowa,
Mayanda,
Dlebhu wabeswazi ,
Wena owaguy β€˜ wamisi ntamo.
Mashukumbeya,
Mthendeleka.
Mtubatuba
Wena owawulobolela amadoda,
Wena owathenga isitimela
Ninemali nina bakhwanazi,
Veyane,
Mpandeyamadoda,
Malobisi ! πŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™Œ

Bhengu Clan Names Β πŸ‘‘

Izithakazelo zakwa Bhengu πŸ’› Clan Praises Bhengu Ngcolosi! Wena wakwaDlabazane,KaNgwane, KaNephu kaLamula, Nyawo zigezwa ngamazolo, Nina enivuka nixubhe ngelala, Shongololo, Read more

Bhebhe Clan Names 😍

Izithakazelo zakwa Bhebhe Bhebhe, Makhedama, Soyengwase, Nina bakaBhebhe kaMthendeka, Nina bakaSoqubele onjengegundane, Nina baseSiweni, KwaMpuku yakwaMselemusi, KwaNogwence webaya, Dlomo weNdl'ende, Read more