Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Mlaba,
Nodlela,
Mabhoyi,
Mbewumbili abanye bamhlophe abanye babomvana,
Nina enacaba isicaba ngokucazelana

Msuthu,
Dumakude,
Sambane phuma ehlathini kwenile kulele izingwe nezingonyama,

Mthandi wabantu bengamthandi bethi bayamthanda kanti bayamkhohlisa,
Njona wena wase Mdlangweni
Luvuno wena owavuna abaliwayo!
Mqundane kaMabhoyi!
Nyawo!