Izithakazelo zakwa-Mthiyane
Zondo,
Sokhulu, Nqoboka,
Mnguni kaManekwane,
Skhangane esakhanga amadoda
Luvuno, Sokotshane
Mzwili!
Abanye zazilandelisa kanje:
Mthiyane, Zondo, Luvuno, Sokhulu, Skhangane esakhanga-uNxaba, Sakhang’uMbhekane, Sakhang’uNtshayintshayi sakhang’uMazwi, sakhang’uNqoboka….Uyibinda!I Nkosi ayiqedwa!
>> Umlando wakwaMthiyane <<
Sokhulu ,Skhangane❤️🩹❤️🩹
Nami