clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Khwela 😍 Khwela Clan Names

Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Izithakazelo zakwa Khwela

  • Khwela
  • Nduli,
  • Mgabhazi!
  • Sicubu kasosiwa siphekwa ngembiza ende kaMahhumela kuze badle bonke basuthe !
  • Thole lenhlunu kay’gezwa way’geza yoy’hlawula ngamaduna nethokazi !! πŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎ

Previous

Khuzwayo Clan Names

Next

Kubheka Clan Names

10 Comments

  1. Siyanda

    Khwela
    Nduli
    Mgabhazi
    Scubi asosiwa siyaphekwa ngembiza enkulu umahhumela
    Insundu zabaseNgcingcimane abadl’nyama ongayitholanga akhalele emsobweni

  2. Nonhle

    Khwela ,nduli ,mgabhazi,scubu kasosiwa siphekwa ngebhiz’enkulu kamahumela.thole lenhlunu kay’gezwa way’geza yoy’hlawula ngamaduna nethokazi.hah sukanini yeka ,inkosi kay’qedwa 🐸

  3. Mandlakhe khwela

    Khwela nduli mgabhazi scubu kasosiwa Wena owapheka ngembiza enkulu kaahhumela bandle bonke basuthe ongasuthanga uzodla unyoko

  4. Ninezithakazelo eziw3 nje kuphela

  5. Khwela,nduli,mgabhazi sgcubi kasosiwa syaphekwa ngembiza enkulu kamahhumela ukuze badle bonke baphelele…………….yizo lezi iythakazelo zoKhwela

  6. Kanjalo nje

  7. Khwela
    Nduli, Mgabhazi, scubu kasosiwa siphekwa ngembiza ende kamahhumela.

  8. Khwela Nduli

  9. Impela nd aksiye uMndulini uNduli ,scubu kasosiwa sosiwa ngembiza enkulu kamahhumela

  10. please finish this off aziphelele elezizithakazelo zikaKhwela

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: