clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Lushozi 😍 Lushozi Clan Names

Izithakazelo zakwa Lushozi

Gcwensa,
Ndimande, Mzulwini,
Bhebhula!

Previous

Izithakazelo zakwa Linda 😍 Linda Clan Names

Next

Luthuli Clan Names

11 Comments

  1. Umthethowakhona kunokukhulu ukudideka la .koshozi .lushozi abakwahlongwa oshozi nabo lushozi oshozi nabo futhi umlando ongathi siyadukiswa ubani ngempela ozosinceda.abanye bathi ushozi no hlongwa kwaku ngamakhehla andawonye futhi kunomlandwana ngohlongwa cacisani kahle musani ukuthi nina noshozi anibazi abanye.kusho kona ukuthi umlando awucacile.

  2. u Gabhise akangeni ema Ngangeni (Lushozi) ungena ku Kuhlongwa/Khawula, shozi, Mtumaseni, wena owehla ngomzungulu kwafa wona.

  3. Ungabhisa yena ungena kanjan

  4. Zithini izithakazelo zakwa ndimande

  5. Lushozi uyangena ezithakazelweni zakwa Dube but angiwboni uDube kwezaka Lushozi

  6. Mina ngu Shozi, Mnganga, Mthiya ka Ndawombi, Mazibi, wena owadla Imofu uthi udla inyamatane. Lona o wami u Shozi akahlobene no Hlongwa, Khawula, Khuluse. O Gcwensa , Bhebhula, Mzulwini, Ndimande abangeni kithi

  7. Yebo Bango Mnganga ,Mthiya ka Ndawombi, Mazibi, abadla Imofu bethi badlala inyamatane, Gedeza

  8. Lushozi, Mnganga, Mthiya ka Ndawombi, Mazibi, wena owadla imofu Uthi udla inyamatani,

  9. Umlando omfushane waka Mdadane ngendlela esiwazi ngayo thina basemangangeni uthi. AbakwaMdadane baqala ngokuthi kufike umfana owayegqoke i shirt lomuntu omdala. I shirt lalide kunaye okwakwenza balibize ngomdada wathunyelwa komkhulu basemangangeni(Enkosini) wabe eselusiswa inkomo zakhona ngoba engaziwa muntu endaweni. Uthe uma esekhulile inkosi yamanganga yamunika inkomo waganwa khona endaweni kwabe sekuqala u Mdadane owawusukela kumdada afika ewugqokile ngoba wayengazazi ukuthi ongowakabani wabe esenikwa nezithakazelo zasemangangeni ngoba akhulela khona

    • Nobuhle

      Congchazela bakithi
      Ngoba ngfuna ukwaz ngemumva lakithi no..Mdadane

  10. ingabe abakwaLushozi bangaManganga Na? Ngoba mina ngingowakwaLushozi kodwa bathi Mnganga shenge Mdadane nyoni imatane Mdlanomvi Ndawombi

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: