πŸ’›

izithakazelo

Luthuli Clan Names & History

Izithakazelo zakwa LuthuliΒ 
  • Luthuli,
  • Mshibe,
  • Madlanduna,
  • Abadl’insikazi belambile,
  • Ngoze ngikwenze owangenza khona,
  • Nina eningawadl’amasi ningawanikiwe,
  • Nesab’amas’ehla ngendololwane,
  • Nina bakwaMashiza,
  • Ndlwan’enhle,
  • Sigencagenca mbaz’ebukhali,
  • Malal’aqhamuke ngezansi,
  • Zingwazi ezidla inyama abanye bedl’inyamazane,
  • Mavel’enkomeni abanye bevel’ebantwini,
  • Luthuli lwezinkomo,
  • Mshibe kaNonopha,
  • Mshibe kaMakhiph’inj’efukwini kuzalele yena,
  • Donda! πŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎ
πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Izithakazelo zakwa Lushozi 😍 Lushozi Clan Names

Next

Luvuno Clan Names

6 Comments

  1. Eng'ngakujabulela yikuthi kwenzeka njani abanye o-Luthuli kube amaHlubi bese mabezibonga bethi; Mthimkhulu, Bhungane, Sothondoshe, Mashiya amahle…. mese beqhubeka

  2. lol that was uMbali Khumalo kaMaLUthuli.

  3. Ohhe lapho ngbathanda, yibo abanglethela uMawami oMshibe kaNonopha oNdlwananhle but ke engikbonayo nje ukuthi benziphutha mebethi "indlwana enhle" yey umuzi omuhle lo wema aybo bahle bahle bahle oMadlanduna lol mmmncwah ngyabonga ngezthakazelo.

    • Sane

      Bamile kahle futhi ❀️😍

  4. Ezakithi ke lezinto

  5. AWU EZAKITHI KE LEZI

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026