MAKHATHINI
Gxabhashe, Donda wase Nkweleni,
Khuhlaphansi njenge Khowandlovu,
Ntuli kabongwa,
Bonga yena uzona umlomo,
Sonkophe, Sombhizi
MALINGA
Mlotshwa, Vunisa, Gumakhulu, Zindela
cindezela lapha ukufunda umlando wakwaMalinga
ZUNGU
Manzini, Gwabini, Makhoba, Hamashe, Geda, Ncwane, Sengwayo
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Ngcela owaziyo ngobudlelwano phakath kwesibongo sakwaMakhoba noZungu
Ngicela ukubuza ukuthi uNyawo noShange bahlobene yini?
Ay bakethu anilamule ezakwa Ncane nje mina enkhala ngzo ozaziyo bandla akangsize iythakazelo ne mvelaphi yakhona ngingabonga kakhulu
ONcane abantu bakwaXolo abatholakala ngaseMargate ePort Shepstone naseZinqoleni(Former Izingolweni)baphuma endlini encane ebukhosini bakhona…OXolo,Dunywa kaNontshuntsha,Mbambe kaMsuthu,Mthusi(Mothusi)..oXolo badabuka eLesotho…Bhincakahle,Malandelwa zintombi zimcele umendo
Ngiyabonga wazi oXolo impela bengazi sinobuhlobo no Ncane ngoba nezthakazelo zyefana. Ngihalela uzibhale zonke izthakazelo zakwa Xolo. Nami ngiwu Mthusi.