Makhathini, Malinga, Zungu

MAKHATHINI
Gxabhashe, Donda wase Nkweleni,
Khuhlaphansi njenge Khowandlovu,
Ntuli kabongwa,
Bonga yena uzona umlomo,
Sonkophe, Sombhizi

MALINGA
Mlotshwa, Vunisa, Gumakhulu, Zindela
cindezela lapha ukufunda umlando wakwaMalinga

ZUNGU
Manzini, Gwabini, Makhoba, Hamashe, Geda, Ncwane, Sengwayo

More about Makhathini Malinga Zungu

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

27 thoughts on “Makhathini, Malinga, Zungu”

  1. MAKHATHINI
    Gubese
    Mtshahe
    Sandl’esbomvu esigcotshwe ngobende benyamazane

    Reply
  2. Sanibonani bengcela ongangipha izthakazelo zakwa Ntobela nomlando wakhona

    Reply
  3. Ngicela izithakazelo zakwa Mhlanzi nemvelaphi yebo. .nezakwa Mweli nemvelaphi yabo please

    Reply
    • Ndlela,
      Bayeni,
      Mphemba
      Sompisi,
      Godide,
      Machunu amahle anyathela ngemkhonto esanda kulolwa
      Nzuzwana
      Nodelabantu
      Nompangiswano
      Nomphemba kamlilo ophemba
      amavilakazi
      Abanye bephembel’izikhuthali
      Wena owangena nesikhuni sivutha emanzini waphuma naso ngaphesheya se’svutha kakhulu,
      Makoti owahamba eyemfuleni eyokha amanzi wabuya nengcili es’thweni
      Sende elonakala
      Dambisane
      Yeyesa
      Filizwayo
      Mhlanzi wendlunkulu owahlanzwe ndlunkulu koMacingwana
      Ndabezitha

      Reply

Leave a Comment