Makhoba Clan Names & History By admin On Izithakazelo zakwa-Makhoba: Gwabini, Hamashe, Manzini, Geda, Ncwane, ngankomo yaseMahenyeni, Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli, Wena owaphuma ngenoni emgodini, Sengwayo! bermoshupje Previous Manzini, Meaning, Origin & History Next Zungu, Meaning, Origin & History 12 Comments Add Comment → Unknown Hhay angizazi lezi,akusizona zakithi Reply Bongani Phephu Phela bafowethu ngeke sizazi zonke kodwa uthi umuntu uma elanda avele uZungu, avele uMakhoba, lowo uhowakithi nje kuphela.okunye lokhu kokucwasana akusisizi ngalutho Reply Unknown Izithakazelo zakwa MakhobaNina baka Joko omuhle ehlez'ndlini athi angaphumela phandle ashiswe yilangaNina enakhishwa ngenoni emgodiniNina baka nyama kayishi isha ngabaphephezeliNina benkomo ikhala ihlahlelwaNina bakamgwazi kaqhaqhi uqhaqhelwa zinyoniNina bewaba likagodlozaNina eninozwelo njenge NdlovuNina basezi NtuziniNina bakaSengwayo ngilinde ngisalanda ezaniniNina baka mgebisa makhonda amadoda Umlando ngokuzalana kwaMakhobaMalandela 1650Gwabini 1682Nyamakayishi 1701Sengwayo 1719Mhlwehlwe 1737Ncwane 1755Makhoba no Zungu (amawele) 1791JokoSengwayoMgebisaNdabayakheNtseleMthabelaMadubaneDangazelaGodloza (Gwamanda) Reply Lateta ngiyaxolisa uvele ngingene nje kodwa kanjani uba uthi uGwabini uzalwa Ngumalandela ekubeni uMalandela wazala uZulu no Qwabe ku Nozidiya/Nozinja wakwa Zungu. mina ngicabanga ukuthi abakwa Zungu/Gwabini bese bekhona ngeskhathi sika Malandela ngokusho kwaba Bhali. Reply Sthembiso Makhoba omncane yizona khe lez nkabi zungu omuhle Reply Lsg Greetings i hope you could help me im looking for Mr Magaisa Johannes Makhoba. He was working at JHB CBD in some flats what where occupied by lawyers. He was working as a receptionist or secretary im not sure. In the years of 1978-1980. I believe. If you have any information please email me. Reply Bongani Phephu La kuJoko bekumele uyaveza Joko ungakuZungu noma kuMakhoba Reply Unknown Ngicela ukubuza bo Sengwayo, ngabe uMadubane yiso yini isthakazelo sakwaMakhoba? Reply Unknown To Unknown: Cha akaze ngizwe ngoGwamanda emlandweni kwakwaMakhoba nakuba kungacaci ngokuzalana kwabo bebonkana ngoba siningi kakhulu isizukulwane sikaGwabini kuvela kakhulu labo abangamaqhawe isikhathi esiningi,kuzekucace uMHLEHLO ukuthi uzala uNCWANE be yena ezala Makhoba beno Zungu (Makhoba and Zungu were twins) nalapho kuvela 2 kuphela,surely bakhona abanye. Kusuka kuGWABINI>NYAMAKAYISHI>SENGWAYO>MHLEHLO>NCWANE>MAKHOBA and ZUNGU.isikhathi esiningi kubalwa ngokubkusa kwabo. MAKHOBA>MADANA>JOKO>MADUBANA,MANCENCE,MGEBISA,LUHIDANE.uNdabayakhe inkosana kaMgebisa.uKHOTHETSHENI inkosana ka Mancence kwazoba yena wazala uMBONGOLO yena wazala uZIKHALI besekuba uQEDICALA engezwa kuthiwayenake usaphila, uzinze Empangeni. Reply Snenkosi Makhoba Cha ngicela ukubuza lapha ngabe uMakhoba noManzini bayazalana, uma kunjalo bahlangana kanjani? Reply Celukwanda Ubaba uqedicala ukuphi nempangeni bo joko Reply Unknown Ngicela ukubuza Omakhoba bayizihloboni NoGwamanda Reply Previous Next Leave a Reply to Sthembiso Makhoba omncane Cancel replyYour email address will not be published. Required fields are marked *Comment * Name * Email * Website Save my name, email, and website in this browser for the next time I comment. Type in the text displayed above
Unknown
Hhay angizazi lezi,akusizona zakithi
Bongani Phephu
Phela bafowethu ngeke sizazi zonke kodwa uthi umuntu uma elanda avele uZungu, avele uMakhoba, lowo uhowakithi nje kuphela.okunye lokhu kokucwasana akusisizi ngalutho
Unknown
Izithakazelo zakwa Makhoba
Nina baka Joko omuhle ehlez'ndlini athi angaphumela phandle ashiswe yilanga
Nina enakhishwa ngenoni emgodini
Nina baka nyama kayishi isha ngabaphephezeli
Nina benkomo ikhala ihlahlelwa
Nina bakamgwazi kaqhaqhi uqhaqhelwa zinyoni
Nina bewaba likagodloza
Nina eninozwelo njenge Ndlovu
Nina basezi Ntuzini
Nina bakaSengwayo ngilinde ngisalanda ezanini
Nina baka mgebisa makhonda amadoda
Umlando ngokuzalana kwaMakhoba
Malandela 1650
Gwabini 1682
Nyamakayishi 1701
Sengwayo 1719
Mhlwehlwe 1737
Ncwane 1755
Makhoba no Zungu (amawele) 1791
Joko
Sengwayo
Mgebisa
Ndabayakhe
Ntsele
Mthabela
Madubane
Dangazela
Godloza (Gwamanda)
Lateta
ngiyaxolisa uvele ngingene nje kodwa kanjani uba uthi uGwabini uzalwa Ngumalandela ekubeni uMalandela wazala uZulu no Qwabe ku Nozidiya/Nozinja wakwa Zungu. mina ngicabanga ukuthi abakwa Zungu/Gwabini bese bekhona ngeskhathi sika Malandela ngokusho kwaba Bhali.
Sthembiso Makhoba omncane
yizona khe lez nkabi zungu omuhle
Lsg
Greetings i hope you could help me im looking for Mr Magaisa Johannes Makhoba.
He was working at JHB CBD in some flats what where occupied by lawyers. He was working as a receptionist or secretary im not sure. In the years of 1978-1980. I believe.
If you have any information please email me.
Bongani Phephu
La kuJoko bekumele uyaveza Joko ungakuZungu noma kuMakhoba
Unknown
Ngicela ukubuza bo Sengwayo, ngabe uMadubane yiso yini isthakazelo sakwaMakhoba?
Unknown
To Unknown: Cha akaze ngizwe ngoGwamanda emlandweni kwakwaMakhoba nakuba kungacaci ngokuzalana kwabo bebonkana ngoba siningi kakhulu isizukulwane sikaGwabini kuvela kakhulu labo abangamaqhawe isikhathi esiningi,kuzekucace uMHLEHLO ukuthi uzala uNCWANE be yena ezala Makhoba beno Zungu (Makhoba and Zungu were twins) nalapho kuvela 2 kuphela,surely bakhona abanye.
Kusuka kuGWABINI>NYAMAKAYISHI>SENGWAYO>MHLEHLO>NCWANE>MAKHOBA and ZUNGU.isikhathi esiningi kubalwa ngokubkusa kwabo.
MAKHOBA>MADANA>JOKO>MADUBANA,MANCENCE,MGEBISA,LUHIDANE.
uNdabayakhe inkosana kaMgebisa.
uKHOTHETSHENI inkosana ka Mancence kwazoba yena wazala uMBONGOLO yena wazala uZIKHALI besekuba uQEDICALA engezwa kuthiwayenake usaphila, uzinze Empangeni.
Snenkosi Makhoba
Cha ngicela ukubuza lapha ngabe uMakhoba noManzini bayazalana, uma kunjalo bahlangana kanjani?
Celukwanda
Ubaba uqedicala ukuphi nempangeni bo joko
Unknown
Ngicela ukubuza Omakhoba bayizihloboni NoGwamanda