clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Mamba

Want a t-shirt or hoodie with your clans? click here to see pictures

Izithakazelo zakwa-Mamba

Ndlangamandla,
Nkosi,
Mphazima, Mntungwa,
Mawandla kaNdlela,
Nina baseMandlovini,
Mlotshwa, Siwela,
Mphazima kaLanga,
Nina bakwaLanga libomvu, elashis’amabel’ezikhuthali,
Mabuya sezembethe’ugogwane,
Mlotshw’akangakanani, ngoba nasentendeni yesandl’uyahlala,
Wena owaphath’induk’emnyama washay’amanzi, kwavel’udaka,
Nkonjane yenkosi,
Mpangazitha!


More information is available on our YouTube channel


Previous

Malunga

Next

Nkosi

5 Comments

  1. I thought that mamba is named after a snake.Please help me to understand.

  2. Khona u Mamba oliSwati no Mamba Ishona

  3. cha mina angikwazi lokhu. abaka Mamba kofanele sikhumbule ukuthi bangamaSwazi. ngokunjalo ke nezithakazelo zabo zibhalwe ngalo ulimi lwawo.

    mina engisaziyo sithi: Mamba, Ntfulini, nkhosi, mavunguvungu matfwala umlomo,mambalendze yasensokonsokweni, wena longavali ngemvalo uvala ngamakhanda amadoda, samketi sibovu imbov' emalangeni.

  4. UNtulini angimboni kulezithakazelo ekbeni uqala ngaye…Mamba, Ntulini…njll

    • Mamba ntulini Mavunguvungu mathwalumlomo………

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: