Izithakazelo zakwa-Masondo
Nyambose,
Mthethwa,
Dingiswayo,
Donga dilika,
Mathangana amahle afanele ukwenziwa,
Nina enalandela amasondo ezinyamazane,
Nina eniphuza amanzi emichachazweni!
Popular people from Masondo last name
Thandi Masondo (Legal)
South African legal professional specializing in corporate law, commercial litigation, and regulatory compliance. Admitted attorney with experience in high-stakes commercial matters and dispute resolution.
South African legal professional specializing in corporate law, commercial litigation, and regulatory compliance. Admitted attorney with experience in high-stakes commercial matters and dispute resolution.
Unknown
Ush'entshweni nsizwa yakithi.
Unknown
mina ngokwazi kwami yingoba isibongo sakwa masondo sadalela ngokuthi kwakukhona ikhehla elalithanda ukuzingela lilandela amasondo ezinyamazane kwathi noma esakhe umuzi uma bekhomba khona kuthiwe yikwamasondo sachuma kanjaloke isibongo sakwamasondo kodwa kube kukwamthethwa yingakhoke nje umasondo engekho kwamthethwa ngoba uma ubheka umasondo yigama lomuntu owaba ngumasondo ngoba elandela amasondo ezinyamazane ebe engumthethwa
Unknown
Umuzi wakwaMthethwa wawumkhulu ma lesiskhathi besuka eNyakatho beya kwaZulu bafikelwa indlala babonisa kuth benzenjan kuthola okuya ngasethunjini kwaxebuka idlanzana lapho laqoka kulandela amasondo ezinyamazane ukuze bazingele lezo nyamazane base belibiza ngokuth lingelakwa Masondo.mabethakazelake ngeke bemshiye uMthethwa yingakho esekuqaleni kwezithakazelo ilapho bebuya kona
Unknown
ngempela kwenzeka kanjan kt ungekho uMasondo kumtetwa